Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 64:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 abalola ulimi lwabo njengenkemba, bansala imicibisholo yabo, yebo, amazwi ababayo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 abalola ulimi lwabo njengenkemba, bakhombe imicibisholo yabo engamazwi ababayo

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 abalola ulimi lwabo njengenkemba, bacibe imicibisholo yabo engamazwi ababayo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 64:3
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba bheka, ababi bansala umnsalo wabo, balungisa imicibisholo yabo entanjeni, ukuze bacibishele ngasese abaqotho ngenhliziyo.


Ngigcine ezingibeni abangibekele zona, nasemithini yabenzi bobubi.


Umphefumulo wami uphakathi kwezingonyama, futhi ngilala phakathi kwabashiswa umlilo, amadodana abantu amazinyo abo ayimikhonto nemicibisholo, nolimi lwabo luyinkemba ebukhali.


Mabancibilike njengamanzi agelezayo; lapho ewunsala umnsalo wakhe ukucibishela imicibisholo yakhe, mayinqunywe njengezicucu.


Bakhona abakhuluma njengokuhlaba kwenkemba, kodwa ulimi lwabahlakaniphileyo luphilile.


Kukhona isizukulwane esimazinyo aso anjengenkemba namazinyo omhlathi anjengomese ukuba sidle abampofu emhlabeni nabampofu phakathi kwabantu.


Asikho isikhali esenzelwa wena esiyophumelela; nalo lonke ulimi olukuvukelayo ekwahluleleni kumelwe ululahle. Leli yifa lezinceku zikaJehova, nokulunga kwazo okuvela kimi,” usho uJehova.


Futhi bagoba ulimi lwabo njengomnsalo ukuze baqambe amanga, kodwa kabanasibindi ngeqiniso emhlabeni; ngoba basuka kokubi baye kokubi, njalo kabangazi, kutsho i Nkosi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ