Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 60:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 UMowabi uyisitsha sami sokugezela; phezu kuka-Edomi ngiyakuphonsa isicathulo sami; Filistiya, nqoba ngenxa yami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 UMowabi uyisitsha sami sokuhlambela; phezu kuka-Edomi ngiphonsa isicathulo sami; yethaba ngami, Filistiya.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 UMowabi uyisitsha sami sokuhlambela, ngiphonsa isicathulo sami phezu kuka-Edomi. Filistiya, hlokoma ngenjabulo ngenxa yami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 60:8
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova wayesethi kuye: “Esiswini sakho kukhona izizwe ezimbili; esinye isizwe siyakuba namandla kunesinye isizwe; futhi omkhulu kumelwe akhonze omncane.


Uyakuphila ngenkemba yakho, umkhonze umfowenu; uma ubusa, uyakwephula ijoka lakhe lisuke entanyeni yakho.


Wamisa abalindi kwa-Edomi; kulo lonke elakwa-Edomi wamisa amabutho amabutho, futhi wonke u-Edomi waba izinceku zikaDavide. UJehova wamvikela uDavide yonke indawo ayeya kuyo.


Wamisa abalindi kwa-Edomi; bonke abakwa-Edomi baba yizinceku zikaDavide. Ngakho uJehova wamvikela uDavida yonke indawo ayeya kuyo.


U-Edomi uyakuba yifa, iSeyiri libe yifa lezitha zakhe; futhi u-Israyeli uyokwenza ngesibindi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ