Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 55:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ukufa makubafice, behlele esihogweni bephila, ngokuba ububi busezindlini zabo naphakathi kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ukufa makubazume, bashonele endaweni yabafileyo besezwa, ngokuba ububi busezindlini zabo nasezinhliziyweni zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Ukufa makubazume, behlele endaweni yabafileyo besaphila, ngokuba ububi busezindlini zabo, phakathi kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 55:15
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Baqede ngokuthukuthela, baqede, bangabi khona; futhi mabazi ukuthi uNkulunkulu uyabusa kwaJakobe kuze kube semikhawulweni yomhlaba. Sela.


Kepha uNkulunkulu uyakucibishela kubo ngomcibisholo; ngokuzumayo bayakulinyazwa.


Ababi bayakuphendulelwa endaweni yabafileyo, nezizwe zonke ezikhohlwa uNkulunkulu.


Ukuze athathe ingxenye yalenkonzo lobupostoli, uJudasi aphambuka kukho, ukuze aye endaweni yakhe.


Waziphonsa phansi izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, wazilengisa.


INdodana yomuntu iyamuka njengokulotshiweyo ngayo, kepha maye kulowo muntu iNdodana yomuntu ekhashelwa ngaye! ngabe kwaba kuhle kulowomuntu ukuba wayengazalwanga.


UJowabe wasesithi: Kangiyikuhlala lawe kanje. Wathatha imicibisholo emithathu esandleni sakhe, wayigwaza enhliziyweni ka-Abisalomu esaphila esihlahleni sokhuni.


U-Abisalomu wahlangana nezinceku zikaDavide. U-Abisalomu wayegibele umnyuzi, umnyuzi wangena ngaphansi kwegatsha eliwugqinsi lomuthi wesopiloni, ikhanda lakhe labamba isihlahla sobululu, waphakanyiselwa phakathi kwezulu nomhlaba; umnyuzi owawungaphansi kwakhe wahamba.


U-Ahithofeli ebona ukuthi isiluleko sakhe asilandelwanga, wabophela imbongolo yakhe, wasuka, waya endlini yakhe emzini wakubo, wayala indlu yakhe, waziphanyeka, wafa, wembelwa ethuneni likayise.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ