AmaHubo 50:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Ihubo lika-Asafa. UNkulunkulu onamandla, uJehova, wakhuluma, wabiza umhlaba kusukela ekuphumeni kwelanga kuze kube sekushoneni kwalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 UNkulunkulu uMninimandla onke, uJehova, uyakhuluma, ubiza umhlaba kusukela ekuphumeni kwelanga kuze kube sekushoneni kwalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20201 UNkulunkulu uMninimandla wonke, uSimakade uyakhuluma, ubiza umhlaba kusukela ekuphumeni kwelanga lize liyoshona. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngakho-ke, Nkulunkulu wethu, Nkulunkulu omkhulu, onamandla nowesabekayo, ogcina isivumelwano nomusa, makungabi kuncane konke ukuhlupheka phambi kwakho osehlele, phezu kwamakhosi ethu, naphezu kwezikhulu zethu, naphezu kwabapristi bethu. Naphezu kwabaprofethi bethu, naphezu kwawobaba, naphezu kwabo bonke abantu bakho, kusukela esikhathini samakhosi ase-Asiriya kuze kube namuhla.