Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 48:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 UNkulunkulu waziwa ezindlini zayo zobukhosi njengendawo yokuphephela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 UNkulunkulu uyaziwa ezindlini zawo zobukhosi ukuthi uyinqaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 UNkulunkulu uyaziwa ezigodlweni ukuthi uyinqaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 48:3
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha uDavide wayithumba inqaba yaseSiyoni; kungumuzi kaDavide.


UJehova ebona ukuthi bazithobile, izwi likaJehova lafika kuShemaya, lathi: “Bazithobile; ngakho-ke ngeke ngibabhubhise, kodwa ngizobanika insindiso; ulaka lwami aluyikuthululwa phezu kweJerusalema ngesandla sikaShishaki.


(IsiHlabelelo seziHlabelelo.) Abamethembayo uJehova bayakuba njengentaba yaseSiyoni enganyakazi kepha imi phakade.


Makabongwe uJehova eZiyoni, yena ohlala eJerusalema. Dumisani uJehova.


UJehova Sebawoti unathi; uNkulunkulu kaJakobe uyisiphephelo sethu. Sela.


EZiyoni, ubuhle obuphelele, uNkulunkulu wakhanya.


Umuhle, sithandwa sami, njengeTirisa, umuhle njengeJerusalema, wesabeka njengebutho eliphethe amabhanela.


Bonke abadlulayo bashaya ihlombe; bashaya ikhwelo, benqekuzisa amakhanda endodakazini yaseJerusalema, bathi: “Yiwo lo muzi abantu abawubiza ngokuthi ngobuhle obuphelele, intokozo yomhlaba wonke na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ