Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 40:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ubusisiwe umuntu othemba kuJehova, ongahloniphi abazidlayo, ongaphendukeli emangeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ubusisiwe umuntu obeka ithemba lakhe kuJehova, ongaphendukeli kwabazidlayo nakwabaphambukela emangeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Ubusisiswe umuntu owethemba uSimakade, ongaphendukeli kwabazikhukhumezayo, nakulabo abaphambukiswa ngonkulunkulu bamanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 40:4
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ubakhuzile abazidlayo, abaqalekisiweyo, abaduka emiyalweni yakho.


Labo abaphambukela ezindleleni zabo eziyisigwegwe, uJehova uyakubahola kanye nabenzi bobubi, kepha ukuthula kube phezu kuka-Israyeli.


Odelelekile emehlweni akhe; kodwa uyabahlonipha abamesabayo uJehova. Ofungayo kokwakhe angaguquki.


Yangeni iNdodana, ukuze ingathukutheli, nibhubhe endleleni, uma intukuthelo yayo ivuka kancane. Babusisiwe bonke abamethembayo.


Mhubeleni ingoma entsha; dlala ngobuchule ngomsindo omkhulu.


Nambithani nibone ukuthi uJehova muhle; ubusisiwe umuntu othembela kuye.


Ngaphakanyiswa ngawe kwasesiswini sikanina; Nguwe owangikhipha esizalweni sikamame; kuwe kuyakuba yindumiso yami njalo.


Ababona okuyize zamanga bashiya umusa wabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ