Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 39:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Jehova, ngazise ukuphela kwami nesilinganiso sezinsuku zami ukuthi ziyini; ukuze ngazi ukuthi ngibuthakathaka kangakanani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “Jehova, ngazise ukuphela kwami, nesilinganiso sezinsuku zami ukuba siyini; mangazi ukuthi ngingodlulayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 “Simakade, ngazise isiphetho sami, nokuthi zingakanani izinsuku zami; mangazi ukuthi ngingodlulayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 39:4
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

O, ukube ubufuna ukungifihla endaweni yabafileyo, ungithukuse kuze kuphele intukuthelo yakho, ungibekele isikhathi esimisiweyo, ungikhumbule!


Ngoba yena uyasazi isimo sethu; uyakhumbula ukuthi siluthuli.


Zingaki izinsuku zenceku yakho na? uyakubahlulela nini abangizingelayo na?


Ngakho sifundise ukubala izinsuku zethu, ukuze siphendule izinhliziyo zethu ekuhlakanipheni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ