Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 37:38 - Contemporary Zulu Bible 2024

38 Kodwa abaphambukayo bayobhujiswa kanyekanye; ukuphela kwababi kuyanqunywa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Kepha abaphambukayo bayakubhujiswa bonke; isikhathi sababi siyakunqunywa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

38 Kepha abaphambukayo bayobhujiswa, baphele nya, nekusasa lababi lishabalale.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 37:38
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UPheka indodana kaRemaliya wabulala kwaJuda izinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili ngalusuku lunye, bonke bengamadoda anamandla; ngoba bamshiya uJehova uNkulunkulu wawoyise.


Ngokunjalo uNkulunkulu uyakunibhubhisa kuze kube phakade; uyakukuthatha, akuklebhule endaweni yakho yokuhlala, akunqume ezweni labaphilayo. Sela.


ngaze ngangena endlini engcwele kaNkulunkulu; ngase ngiqonda isiphetho sabo.


Ababi bayakuphendulelwa endaweni yabafileyo, nezizwe zonke ezikhohlwa uNkulunkulu.


Omubi uyaxoshwa ebubini bakhe, kepha olungileyo ulindela ukufa kwakhe.


Kuyekeni kukhule kokubili ndawonye kuze kube sekuvuneni;


Laba bayakumuka ekujezisweni okuphakade, kepha abalungileyo baye ekuphileni okuphakade.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ