Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 18:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 Ngazixosha izitha zami, ngazifica;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Ngazixosha izitha zami, ngazifica; angibuyanga ngingakaziqedi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

37 Ngazixosha izitha zami, ngazifica, angibuyanga ngaze ngaziqede nya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 18:37
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Gcina izindlela zami ezindleleni zakho, ukuze izinyathelo zami zingasheleli.


Vuka, Jehova; ngisindise, Nkulunkulu wami, ngokuba uzishaye zonke izitha zami emhlathini; Uwaphulile amazinyo ababi.


Yiba nomusa kimi, Jehova, ngoba ngisosizini; iso lami liphelile usizi, yebo, umphefumulo wami nesisu sami.


Thatha isihlangu nenkemba, futhi usukumele usizo lwami.


Mababe njengamakhoba phambi komoya, ingelosi kaJehova ibaxoshe.


Kepha ababi bayakubhubha, izitha zikaJehova zinjengamanoni amawundlu; ziyakuqeda ngomusi.


Ngawe sizacindezela izitha zethu; ngegama lakho siyakunyathela abasivukelayo.


Lapho izitha zami zibuya, ziyakuwa, zibhubhe phambi kobuso bakho.


Ngase ngibona, bheka, nanto ihhashi elimhlophe, nohlezi phezu kwalo wayenomnsalo; wanikwa umqhele, waphuma enqoba, futhi eyakunqoba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ