Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 147:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Unika iqhwa njengoboya, ahlakaze isithwathwa njengomlotha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Uyanika iqhwa njengoboya; uhlakaza isithwathwa njengomlotha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Wendlala iqhwa njengoboya, asakaze isithwathwa njengomlotha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 147:16
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngoba uthi kulo iqhwa: Yiba emhlabeni! kanjalo nangemvula encane nemvula enkulu yamandla akhe.


Ungenile yini engcebeni yeqhwa? noma usubonile ingcebo yesichotho,


Iqhwa lavela ethangeni likabani? nesithwathwa esimpunga sasezulwini, owasibumba, ngubani na?


Umlilo nesichotho; iqhwa nomhwamuko; isivunguvungu esigcwalisa izwi lakhe:


Ngokuba njengoba imvula neqhwa kwehla ezulwini futhi kungabuyeli khona, kodwa ninisele umhlaba, kuwenze uhlume, uhlume, ukuze unike ohlwanyelayo inhlanyelo, nesinkwa kodlayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ