Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 143:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Jehova, ngiphilise ngenxa yegama lakho;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Jehova, ngiphilise ngenxa yegama lakho, ngokulunga kwakho uwukhiphe umphefumulo wami ekuhluphekeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Simakade, ngiphilise ngenxa yegama lakho, ngokulunga kwakho uwukhiphe umphefumulo wami ekuhluphekeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 143:11
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngicindezelwe kakhulu; Jehova, ngiphilise ngokwezwi lakho.


IDALETH. Umphefumulo wami unamathele othulini; ngiphilise ngokwezwi lakho.


Susa amehlo ami angaboni okuyize; ungenze ngiphile endleleni yakho.


Bheka, ngiyayilangazelela imiyalo yakho; ngiphilise ngokulunga kwakho.


Ngiphilise ngokomusa wakho; kanjalo ngiyakugcina ubufakazi bomlomo wakho.


Noma ngihamba phakathi kokucindezeleka, uyakungiphilisa; Uyakwelulela isandla sakho phezu kolaka lwezitha zami, esokunene sakho siyangisindisa.


Ihubo likaDavide. Yizwa umkhuleko wami, Jehova, uzwe ukunxusa kwami; ngizwe ngokuthembeka kwakho nokulunga kwakho.


Ngenxa yegama lakho, Jehova, thethelela ububi bami; ngoba inkulu.


Izinkathazo zenhliziyo yami zandile; ngikhiphe ezinkingeni zami!


Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Ngiyethemba wena Jehova; ungangijabhisi; ngisindise ngokulunga kwakho.


Izinhlupheko zolungileyo ziningi, kepha uJehova uyamkhulula kuzo zonke.


Ngisindise ngokulunga kwakho, ngibaleke; beka indlebe yakho kimi, ungisindise.


Awufuni yini ukusenza siphile, ukuze abantu bakho bajabule kuwe na?


Jehova, ngizwile izwi lakho, ngesaba; Jehova, mawuphile umsebenzi wakho phakathi kweminyaka, wazise phakathi kweminyaka; olakeni khumbula umusa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ