Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 140:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Makungabikho mhlebi oqiniswa emhlabeni; okubi kuyakuzingela umcindezeli ukuba ambhubhise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Umuntu wamanga makangamiswa emhlabeni; ububi mabuzingele umuntu oyisidlwangudlwangu, abhujiswe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Umuntu ohlebayo makangavunyelwa asimame emhlabeni, ububi mabusilandele isidlova, sibhujiswe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 140:11
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ububi buyakumbulala omubi, nabazonda olungileyo bayakuba yihlane.


UJehova uyaziwa ngesahlulelo sakhe; omubi uhileleke emsebenzini wezandla zakhe. I-Higgaion. Sela.


Omubi ubanjwa ngesiphambeko sezindebe zakhe, kepha olungileyo uyaphuma ekuhluphekeni.


Ububi bulandela izoni, kodwa abalungileyo bazathola umvuzo omuhle.


Onenhliziyo embi akatholi lutho oluhle; onolimi olubi uwela ebubini.


Ukufa nokuphila kusemandleni olimi, nabaluthandayo bayakudla isithelo salo.


Amehlo aziqhenyayo, nolimi lwamanga, nezandla ezichitha igazi elingenacala;


Maye kwababi! kuyakuba kubi kuye, ngokuba inkokhelo yezandla zakhe iyakunikwa yona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ