Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 137:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Uyobusiswa lowo ophahlaza abancane bakho ematsheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ubusisiwe oyakubamba abancane bakho, abaphahlaze edwaleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Ubusisiwe obamba izingane zakho aziphahlaze edwaleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 137:9
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UHasayeli wasesithi: Inkosi yami ililelani? Wathi: “Ngokuba ngiyazi okubi oyakukwenza kubantwana bakwa-Israyeli; uyakuthungela izinqaba zabo ngomlilo, izinsizwa zabo zinibulale ngenkemba, zichoboze abantwana babo, ziklebhule abesifazane babo nengane.


Futhi abantwana babo bayochotshozwa phambi kwamehlo abo; izindlu zabo ziyakuba yimpango, nawomkabo bahlazeke.


Ngakho kuyakuvuka ukuxokozela phakathi kwabantu bakho, zonke izinqaba zakho ziphangwe, njengalokho uSalmani aphanga iBeti Aribeli ngosuku lwempi; unina uchotshoziwe phezu kwabantwana bakhe.


ISamariya liyosala lishiyiwe; ngoba liyahlubuka kuNkulunkulu walo; bayakuwa ngenkemba; izinsana zabo ziyochotshozwa, futhi abesifazane babo abakhulelwe bayoklebhulwa.


Kepha wathunjwa, waya ekudingisweni; nabantwana balo bachotshozwa eziqongweni zazo zonke izitaladi; benza inkatho ngabahlonishwayo, nabo bonke abakhulu balo baboshwa ngamaketanga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ