Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 137:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 O ndodakazi yaseBabele, okumelwe ubhujiswe; uyajabula onivuza njengalokho nisikhonze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ndodakazi yaseBabele, wena oyakubhujiswa, ubusisiwe oyakuphindisela kuwe izenzo zakho owazenza kithina.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Ndodakazi yaseBhabhele, wena oyobhujiswa, ubusisiwe oyophindisela kuwe ngezenzo zakho owazenza kithina.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 137:8
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Isiprofetho ngogwadule lolwandle. Njengezivunguvungu zidlula eningizimu; kanjalo livela ogwadule, ezweni elesabekayo.


Othi ngoKoresi: Ungumalusi wami; nasethempelini: Isisekelo sakho siyakubekwa.


Izwi uJehova alikhuluma ngeBabele nangezwe lamaKaledi ngomprofethi uJeremiya.


Bizani abacibishelayo bemelene neBabele, bonke abansala umnsalo balikanise nxazonke; ungaphunyuki lutho; mvuze ngokomsebenzi wakhe; yenzani kuyo njengoba nje lenzile, ngoba yazidla phambi kukaJehova, koNgcwele ka-Israyeli.


Zisindise, Ziyoni, ohlala nendodakazi yaseBabele.


Thokoza ngawo wena zulu, nani baphostoli abangcwele, nani baprofethi; ngoba uNkulunkulu ukuphindisele kulo.


Linikeni njengalokho lanivuza, niligcwalise ngokuphindwe kabili ngokwemisebenzi yalo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ