Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 135:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Dumisani uJehova; ngoba uJehova muhle; hlabelelani inkazimulo yegama lakhe; ngoba kumnandi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Dumisani uJehova, ngokuba uJehova muhle; hubelani igama lakhe, ngokuba limnandi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Mdumiseni uSimakade, ngokuba Yena muhle, lihubeleni igama lakhe, ngokuba lihle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 135:3
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba uJehova muhle; umusa wakhe umi phakade; futhi iqiniso lakhe livela ezizukulwaneni ngezizukulwane.


Dumisani uJehova. Dumisani uJehova; ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Dumisani uJehova; ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Wena umuhle futhi wenza okuhle; ngifundise izimiso zakho.


Dumisani uJehova; ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Dumisani uJehova, ngokuba kuhle ukuhlabelela inkazimulo kaNkulunkulu wethu; ngoba kumnandi; nokudumisa kuthandeka.


Jabulani kuJehova nina balungileyo, ngokuba indumiso imnandi kwabaqotho.


Umphefumulo wami uyakusutha kungathi ngamanoni namafutha; umlomo wami uyakukudumisa ngezindebe ezithokozayo.


Wathi kuye: “Ungibizelani ngokuthi ngimuhle na? akakho omuhle, munye kuphela, okunguNkulunkulu; kepha uma uthanda ukungena ekuphileni, gcina imiyalo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ