Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 120:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Mina ngingowokuthula, kepha lapho ngikhuluma, bona babe ngezokulwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngingowokuthula; kepha uma ngikhuluma, bangabalwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Mina ngingowokuthula, kodwa uma ngikhuluma, bayalwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 120:7
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngingomunye wabathanda ukuthula nothembekileyo kwa-Israyeli; nifuna umuzi nomama kwa-Israyeli; Niyakushwabadelani ifa likaJehova na?


Ngenxa yothando lwami bayizitha zami, kepha mina ngiyazinikela emkhulekweni.


Deda ebubini wenze okuhle; funa ukuthula, ukuphishekele.


Ngokuba abakhulumi ukuthula, kepha baceba izindaba zenkohliso ngabanokuthula ezweni.


Welulela izandla zakhe phezu kwabahlezi ngokuthula; Wephule isivumelwano sakhe.


Babusisiwe abalamulayo, ngokuba bayakubizwa ngokuthi ngabantwana bakaNkulunkulu.


Uma kungenzeka, ngokusemandleni enu, hlalani ngokuthula nabantu bonke.


Landelani ukuthula nabantu bonke, nokungcweliswa, okungekho muntu oyobona iNkosi ngaphandle kwakho;


UJefta waphinda wathuma izithunywa enkosini yabantwana bakwa-Amoni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ