Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 119:92 - Contemporary Zulu Bible 2024

92 Uma umthetho wakho ubungemnandi kimi, ngabe ngibhubhele osizini lwami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

92 Uma umthetho wakho ubungesiyo intokozo yami, ngabe ngibhubhele ekuhluphekeni kwami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

92 Ukuba umthetho wakho ubungesiyo intokozo yami, ngabe ngibhubhele ekuhluphekeni kwami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 119:92
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Usizi nosizi kungibambile, kepha imiyalo yakho iyinjabulo yami.


Ngiyakuthokoza ngezimiso zakho; angiyikukhohlwa izwi lakho.


Ubufakazi bakho futhi buyintokozo yami nabeluleki bami.


Lokhu kuyinduduzo yami ekuhluphekeni kwami, ngokuba izwi lakho lingiphilisile.


Umusa wakho mawuze phezu kwami, ukuze ngiphile, ngokuba umthetho wakho uyintokozo yami.


Ngaphela amandla, ngaphandle kokuthi ngikholwe ukuthi ngizakubona okuhle kukaJehova elizweni labaphilayo.


Ngoba konke okwalotshwa ngaphambili kwalotshelwa ukufundiswa kwethu, ukuze ngokubekezela langenduduzo yemibhalo sibe lethemba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ