Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 119:80 - Contemporary Zulu Bible 2024

80 Inhliziyo yami mayiphile ngezimiso zakho; ukuthi kangilanhloni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

80 Inhliziyo yami mayiphelele ezimisweni zakho, ukuze ngingajabhi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

80 Inhliziyo yami mayibe msulwa ezimisweni zakho, ukuze ngingajabhi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 119:80
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza okubi, ngokuba akayilungisanga inhliziyo yakhe ukumfuna uJehova.


Kodwa izindawo eziphakemeyo azisuswanga kwa-Israyeli; kepha inhliziyo ka-Asa yayiphelele zonke izinsuku zakhe.


Wenza okulungile emehlweni kaJehova, kungenganhliziyo epheleleyo.


Khona angiyikujabha, uma ngigcina yonke imiyalo yakho.


Ubuqotho nobuqotho makungilonde; ngoba ngilinde wena


Ubusisiwe umuntu uJehova angambaleli ububi futhi okungekho nkohliso emoyeni wakhe.


Qapha inhliziyo yakho ngakho konke ukukhuthala; ngoba kuyo kuvela imithombo yokuphila.


Ngiyakunikhipha phakathi kwawo, ngininikele esandleni sabafokazi, ngenze isijeziso phakathi kwenu.


UJesu wabona uNathanayeli eza kuye, wathi ngaye: “Bheka, umIsrayeli okungekho nkohliso kuye.


Ngokuba ukuthokoza kwethu yilokhu, ubufakazi bukanembeza wethu, ukuthi ngobuqotho nangobuqotho bukaNkulunkulu, sihambe ngokuhlakanipha kwenyama kodwa ngomusa kaNkulunkulu, kakhulu kinina kakhulu.


Namuhla uJehova uNkulunkulu wakho wakuyala ukuba wenze lezi zimiso nezahlulelo; khona-ke kumelwe ukugcine ukwenze ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo wonke umphefumulo wakho.


Manje, bantwanyana, hlalani kuye; ukuze kuthi, nxa esebonakala, sibe lesibindi, singabi lenhloni phambi kwakhe ekufikeni kwakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ