Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 116:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Manje sengizagcwalisa izithembiso zami kuJehova phambi kwabo bonke abantu bakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Izithembiso zami kuJehova ngiyakuzigcwalisa, yebo, nasebusweni babantu bakhe bonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Ngiyakufeza izithembiso zami kuSimakade, yebo, naphambi kwabo bonke abantu bakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 116:14
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Manje sengizagcwalisa izithembiso zami kuJehova phambi kwabo bonke abantu bakhe,


Ukudumisa kwami kuyakuba kuwe ebandleni elikhulu; ngizagcwalisa izithembiso zami phambi kwabamesabayo.


Abathobekileyo bazakudla basuthe; bayakumdumisa uJehova abamfunayo; inhliziyo yakho iyophila phakade.


Nikelani kuNkulunkulu ukubonga; futhi ugcwalise izifungo zakho koPhezukonke.


Izithembiso zakho ziphezu kwami, O Nkulunkulu; Ngizokudumisa.


Wena ozwa umkhuleko, inyama yonke izakuza kuwe.


Amadoda ayesesaba uJehova ngokwesaba okukhulu, aletha umhlatshelo kuJehova, enza izithembiso.


Kepha mina ngiyakuhlabela kuwe ngezwi lokubonga; Ngizokhokha engikuthembisile. Insindiso ivela kuJehova.


Bhekani ezintabeni izinyawo zoletha izindaba ezinhle, omemezela ukuthula. O Juda, gcina imikhosi yakho, ugcwalise izithembiso zakho, ngoba omubi kasayikudlula kuwe; unqunyiwe ngokuphelele.


“Nizwile kwathiwa kwabasendulo: ‘Ungafungi, kepha ugcwalise izifungo zakho eNkosini;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ