Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 115:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kepha thina siyakumdumisa uJehova kusukela manje kuze kube phakade. Dumisani uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kepha thina siyakumbonga uJehova kusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade. Haleluya!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Kepha thina sizombonga uSimakade kusukela manje kuze kube phakade, Haleluya!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 115:18
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Malibongwe igama likaJehova kusukela manje kuze kube phakade.


Ngizokubusisa izinsuku zonke; ngiyakulidumisa igama lakho kuze kube phakade naphakade.


Umlomo wami uyakumemezela udumo lukaJehova, inyama yonke ilidumise igama lakhe elingcwele kuze kube phakade naphakade.


UDaniyeli waphendula wathi: “Malibongwe igama likaNkulunkulu kuze kube phakade naphakade, ngokuba ukuhlakanipha namandla kungokwakhe.


Konke okusezulwini, nasemhlabeni, naphansi komhlaba, nokuselwandle, nakho konke okukukho, ngakuzwa, ngithi: Makube kini isibusiso, nodumo, nenkazimulo, namandla. Ohlezi esihlalweni sobukhosi nakulo iWundlu kuze kube phakade naphakade.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ