Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 110:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 UJehova ufungile engayikuzisola: Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UJehova ufungile engayikuguquka, wathi: “Wena ungumpristi kuze kube phakade ngendlela kaMelkisedeki.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 USimakade akayukuguquka, ufunge wagomela wathi: “Wena ungumphrofethi kuze kube phakade ngokukaMelkhizedeki.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 110:4
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UMelkisedeki inkosi yaseSalema waletha isinkwa newayini, futhi wayengumpristi kaNkulunkulu oPhezukonke.


UJehova wafunga kuDavide ngeqiniso; akayikuphenduka kukho; Esithelweni somzimba wakho ngiyakuhlala esihlalweni sakho sobukhosi.


Nguye ozakwakha ithempeli likaJehova; iyakuthwala udumo, ihlale, abuse esihlalweni sayo sobukhosi; uyakuba ngumpristi esihlalweni sakhe sobukhosi, kube khona ukuthula phakathi kwabo bobabili.


UNkulunkulu akasiye umuntu ukuba aqambe amanga; nendodana yomuntu ukuba iphenduke; wathi futhi ngeke? noma ukhulumile angalungisi na?


Njengoba esho nakwenye indawo ukuthi: Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.


lapho umanduleli angena khona ngenxa yethu, uJesu, waba ngumpristi omkhulu kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.


Ngakho-ke uma ukuphelela kwakukhona ngobupristi bukaLevi, ngokuba abantu bawemukela umthetho ngaphansi kwabo, kwakusaswelekelani ukuba kuvele omunye umpristi ngokokuma kukaMelkisedeki, angabizwa ngokokuma ka-Aroni na?


Ngokuba uyafakaza ngokuthi: “Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.


(Ngokuba labo abapristi benziwa ngaphandle kwesifungo, kodwa lokhu ngesifungo ngaye owathi kuye: INkosi yafunga, kayiyikuzisola: Wena ungumpristi kuze kube nininini ngokwendlela kaMelkisedeki;)


Ngokuba umthetho umisa abantu abanobuthakathaka babe ngabapristi abakhulu; kepha izwi lesifungo, elalandela umthetho, limisa iNdodana engcwele kuze kube phakade.


Wasesenza amakhosi labapristi kuNkulunkulu uYise; makube kuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ