Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 109:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngoba wayengacabangi ukwenza isihawu, kodwa wazingela ompofu loswelayo, ukuze abulale labadabukileyo enhliziyweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngokuba wayengakhumbuli ukwenza umusa, kepha wazingela umuntu odingayo nompofu nodabukile ngenhliziyo ukuba ababulale.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Kungoba wayengakhumbuli ukwenza umusa, kodwa ezingela umuntu owentulayo, ompofu nodabukileyo enhliziyweni, ukuba ababulale.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 109:16
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base bethi omunye komunye: “Impela sinecala ngomfowethu, ngokuba sabona usizi lomphefumulo wakhe lapho esincenga, kepha asilalelanga; ngakho-ke lolu sizi lusehlele.


Wena wakubona; ngokuba ubona ububi nobubi ukuba ukuphindise ngakho ngesandla sakho; abampofu bayazinikela kuwe; ungumsizi wentandane.


Omubi ngokuzigqaja kwakhe uyazingela ompofu; mababanjwe ngamasu abawaqambile.


UJehova useduze kwabanenhliziyo eyaphukileyo; futhi usindise ababuthakathaka benhliziyo.


Ababi bahosha inkemba bahosha umnsalo ukuze bawise phansi abampofu nabampofu, babulale abahamba ngobuqotho.


Babusisiwe abanesihawu, ngokuba bayakuhawukelwa.


Ngokuba ukwahlulela okungenasihawu uyakuba nomusa; nesihawu siyathokoza ekwahlulelweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ