AbAhluleli 9:49 - Contemporary Zulu Bible 202449 Bonke abantu nabo bagawula, kwaba yilowo nalowo igatsha lakhe, bamlandela u-Abimeleki, bawabeka enqabeni yasezintabeni, bayithungela ngomlilo inqaba yasezintabeni; bafa nabo bonke abantu bombhoshongo waseShekemi, ngathi inkulungwane yamadoda nabesifazane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE49 Bonke abantu bagawula, kwaba yilowo nalowo igatsha lakhe kanjalo, bamlandela u-Abimeleki, bawabeka enqabeni, bayithungela inqaba ngomlilo phezu kwabo; bafa bonke abantu abasembhoshongweni waseShekemi, kungathi abayinkulungwane, abesilisa nabesifazane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202049 Kwaba yilelo nalelo butho lagawula igatsha, balandela u-Abhimelekhi, bawabeka enqabeni, base beyithungela ngomlilo ngaphezu kwabo; bafa bonke abantu basembhoshongweni eShekhemi, amadoda abalelwa enkulungwaneni nabesifazane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |