Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 9:38 - Contemporary Zulu Bible 2024

38 Wayesethi uZebhule kuye: “Uphi manje umlomo wakho owasho ngawo ukuthi: ‘Ngubani u-Abimeleki ukuba simkhonze na?’ Akubona yini laba abantu enabadelela? phuma manje, ulwe nabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 UZebule wayesethi kuye: “Uphi manje umlomo wakho ukuba uthi: ‘Ngubani u-Abimeleki ukuba simkhonze na?’ Akusibo labo bantu obadeleleyo na? Ake uphume manje, ulwe nabo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

38 UZebhuli wathi kuye: “Kuphi ukuziqhayisa kwakho manje, wena obuthi: ‘Ungubani u-Abhimelekhi ukuba simkhonze, na?’ Akuwona yini lawa amabutho obuwathatha kalula, na? Phuma manje, ulwe nawo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 9:38
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Baphi onkulunkulu bakho ozenzele bona na? mabasukume uma bengakusindisa ngesikhathi sokuhlupheka kwakho; ngoba njengomumo wemizi yakho banjalo onkulunkulu bakho, Juda!


UGayeli wabuye wakhuluma, wathi: “Bheka, abantu bayehla phakathi nezwe, nesinye isixuku siyeza ngasethafeni laseMeonenimi.”


UGali waphuma phambi kwabemi baseShekemi walwa no-Abimeleki.


Ungabe usakhuluma ngokuzidla; makungaphumi ukuzidla emlonyeni wenu, ngokuba uJehova unguNkulunkulu wokwazi, nezenzo zikalwa nguye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ