Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 8:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Base bephendula bathi: “Sizakunika ngokuthokoza.” Bendlala indwangu, yilowo nalowo waphonsa khona amasongo empango yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Bathi: “Siyakukunika wona impela.” Beneka ingubo, baphonsa khona, kwaba yilowo nalowo amacici empango yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Bathi: “Sizokunika wona ngokukhululeka.” Ngakho-ke bendlala ingubo, kwayilowo nalowo waphonsa icici ayelithathe njengempango.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 8:25
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bamnika uJakobe zonke izithixo zabezizwe ezazisesandleni sabo, namacici ayesezindlebeni zabo; uJakobe wakuthukusa phansi kwesihlahla somtholo esasiseShekemi.


UGideyoni wasesithi kubo: Ngizacela isicelo kini ukuthi linginike, ngulowo lalowo ecicini lempango yakhe. (Ngokuba babenamacici egolide, ngokuba babengama-Ishmayeli.)


Isisindo samacici egolide awawacelayo sasingamashekeli ayinkulungwane namakhulu ayisikhombisa egolide; ngaphandle kwemihlobiso, namakholomu, nezingubo ezibubende ezaziphezu kwamakhosi akwaMidiyani, namaketanga asezintanyeni zamakamela awo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ