Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 7:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Inani labakhothayo babeka isandla emlonyeni wabo lalingamakhulu amathathu; kepha bonke abanye abantu baguqa ngamadolo ukuba baphuze amanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Umumo wabaxhaphayo bebeka isandla emlonyeni wawungamadoda angamakhulu amathathu, kepha bonke abanye abantu baguqa ngamadolo ukuba baphuze amanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Inani lalabo abawaxhaphayo, bebeke izandla emilonyeni yabo, kwakungamadoda angama-300, kepha bonke abanye baguqa phansi ngamadolo ukuba baphuze amanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 7:6
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyakuphuza emfuleni endleleni; ngalokho uyakuphakamisa ikhanda lakhe.


Zonke izindlela zomuntu zihlanzekile emehlweni akhe; kepha uJehova uyalinganisa imimoya.


Wayesethi abantu behlela emanzini; uJehova wathi kuGideyoni: “Yilowo nalowo okhotha amanzi ngolimi lwakhe njengokukhotha kwenja, makamyeke; kanjalo wonke oguqa ngamadolo ukuze aphuze.


UJehova wayesethi kuGideyoni: “Ngala madoda angamakhulu amathathu akhothayo, ngiyakunikhulula, nginikele amaMidiyani esandleni sakho; zonke ezinye izizwe mazihambe, kube yilowo nalowo endaweni yakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ