Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 6:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 UJehova wasesithi kuye: Ukuthula kakube kuwe! ningesabi: aniyikufa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 UJehova wathi kuye: “Ukuthula makube kuwe; ungesabi, awuyikufa.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Kepha uSimakade wathi kuye: “Ukuthula makube kuwe; ungesabi, awuzukufa.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 6:23
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJakobe waqamba leyo ndawo ngokuthi iPheniyeli, ngokuba ngibone uNkulunkulu ubuso nobuso, wasinda umphefumulo wami.


Esedlula ePniel, ilanga lamphumela, wema ethangeni lakhe.


Wathi: “Ukuthula makube kinina, ningesabi; uNkulunkulu wenu noNkulunkulu kayihlo uninikile ingcebo emaphaketheni enu; Benginayo imali yakho. Wamkhiphela uSimeyoni.


Ngiyakuzwa lokho uNkulunkulu uJehova ayakukukhuluma, ngokuba uyakukhuluma ukuthula kubantu bakhe nakwabangcwele bakhe; kodwa kababuyele ebuwula.


wathi: “O othandekayo, ungesabi; ukuthula kini, qinani, yebo, qinani. Lapho ekhuluma kimi, ngaba namandla, ngathi: “Mayikhulume inkosi yami; ngoba ungiqinisile.


Ukuthula ngikushiya kini, ukuthula kwami ngininika khona; angininiki njengokupha kwezwe. Inhliziyo yenu mayingakhathazeki, ingesabi;


Ngalolo suku kusihlwa, ngolokuqala lweviki, iminyango ivaliwe lapho ababebuthene khona abafundi ngokwesaba abaJuda, uJesu wafika wema phakathi kwabo, wathi kubo: “Ukuthula makube kinina.


Kwathi emva kwezinsuku eziyisishiyagalombili abafundi bakhe bengaphakathi futhi, noTomase enabo; uJesu wafika, iminyango ivaliwe, wema phakathi kwabo, wathi: “Ukuthula makube kinina.


kubo bonke abaseRoma, abathandekayo bakaNkulunkulu, ababizelwe ukuba ngabangcwele: Makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini uJesu Kristu.


Ixhegu lase lisithi: Ukuthula makube kuwe! zonke izinkanuko zenu mazibe phezu kwami; ungahlali nje emgwaqeni.


Kwathi uGideyoni ebona ukuthi iyingelosi kaJehova, uGideyoni wathi: “Awu, Nkosi Jehova! ngokuba ngabona ingelosi kaJehova ubuso nobuso.


UGideyoni wamakhela khona uJehova i-altare, walibiza ngokuthi: UJehova, ukuthula; kuze kube namuhla iseOfira lama-Abiyezeri.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ