Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 6:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ingelosi kaNkulunkulu yathi kuye: “Thatha inyama namaqebelengwane angenamvubelo, ukubeke phezu kwaleli dwala, uthele umhluzi.” Wenze njalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ingelosi kaNkulunkulu yathi kuye: “Thatha inyama namaqebelengwane angenamvubelo, ukubeke edwaleni leli, uwuthulule umhluzi.” Wenze njalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Ingelosi kaNkulunkulu yathi kuye: “Thatha inyama namaqebelengwane angenamvubelo ukubeke kuleli dwala, uthulule umhluzi.” Wenza kanjalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 6:20
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi: “Nkosi yami, uma ngifumene umusa emehlweni akho, ungadluli encekwini yakho.”


UManowa wayesethi engelosini kaJehova: “Asikubambe, size sikulungisele izinyane lembuzi.”


Ingelosi kaJehova yathi kuManowa: “Noma ungilonda, angiyikudla isinkwa sakho; uma nithanda ukunikela ngomnikelo wokushiswa, wonikela ngawo kuJehova. Ngoba uManowa wayengazi ukuthi wayeyingelosi kaJehova.


UManowa wayesethatha izinyane lembuzi nomnikelo womlilo, wanikela ngawo kuJehova edwaleni; ingelosi yenza ngokumangalisayo; uManowa nomkakhe babheka.


UGideyoni wangena, walungisa izinyane lamaqebelengwane angenamvubelo e-efa lempuphu; wafaka inyama kubhasikidi, wathela isoso ebhodweni, wamkhiphela ngaphansi kwesihlahla somuthi, waletha.


Ingelosi kaJehova yase yelula isihloko sentonga eyayisesandleni sayo, yathinta inyama namaqebelengwane angenamvubelo; kwakhuphuka umlilo edwaleni, wadla inyama namaqebelengwane angenamvubelo. Ingelosi kaJehova yasuka ebusweni bakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ