Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 6:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Abantwana bakwa-Israyeli benza okubi emehlweni kaJehova; uJehova wabanikela esandleni sakwaMidiyani iminyaka eyisikhombisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kepha abantwana bakwa-Israyeli benza okubi emehlweni kaJehova; uJehova wabanikela esandleni sakwaMidiyani iminyaka eyisikhombisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Abantu bakwa-Israyeli benza okubi emehlweni kaSimakade, uSimakade wabanikela esandleni sabakwaMidiyani iminyaka eyisikhombisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 6:1
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wamzalela uShimrani, noJokishani, noMedani, noMidiyani, no-Ishibaki, noShuwagi.


Kwase kudlula abathengi bakwaMidiyani; bamkhipha uJosefa emgodini, bakhuphula uJosefa, bathengisa ngoJosefa kuma-Ishmayeli ngamashekeli angamashumi amabili esiliva; bamyisa uJosefa eGibithe.


Ngabona amatende akwaKushani ecindezelwe, nezilenge zezwe lakwaMidiyani zithuthumela.


UMowabi wayesethi kumalunga akwaMidiyani: “Manje leli sixuku liyakuqeda njengezinkomo ezisihaqileyo, lidle utshani basendle; UBalaki indodana kaSipori wayeyinkosi yakwaMowabi ngaleso sikhathi.


Ngisezakuthini futhi? ngoba isikhathi singaphela ngilandisa ngoGidiyoni, loBharaki, loSamsoni, loJefitha; ekaDavide, noSamuweli, neyabaprofethi;


Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Israyeli, wathengisa ngabo esandleni samaFilisti nasesandleni sabantwana bakwa-Amoni.


Abantwana bakwa-Israyeli benza okubi emehlweni kaJehova, bakhonza oBali.


UGideyoni wathi kuye: “Awu, Nkosi yami, uma uJehova enathi, kungani konke lokhu kusehlele na? ziphi zonke izibonakaliso zakhe okhokho bethu abasitshela ngazo, besithi: UJehova kasikhuphulanga yini eGibhithe? kepha manje uJehova usilahlile, wasinikela esandleni sakwaMidiyani.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ