Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 5:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Inhliziyo yami ikubabusi bakwa-Israyeli abazinikela ngokuzithandela phakathi kwabantu. Dumisani uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Inhliziyo yami ikubabusi bakwa-Israyeli abazinikelayo ngenhliziyo phakathi kwabantu; bongani uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Inhliziyo yami ikubaholi bakwa-Israyeli abazinikele phakathi kwabantu. Dumisani uSimakade!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 5:9
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantu bajabula, ngokuba banikela ngenhliziyo, ngokuba bahlabela uJehova ngenhliziyo epheleleyo; nenkosi uDavide yathokoza ngentokozo enkulu.


Eceleni kwakhe kwakungu-Amasiya indodana kaSigri, owazinikela ngokuzithandela kuJehova; kanye naye amaqhawe anamandla ayizinkulungwane ezingamakhulu amabili.


Lapho uHezekiya nezikhulu beza babona izinqwaba, bambonga uJehova nabantu bakhe u-Israyeli.


Abantu basebebusisa wonke amadoda azinikela ngokuzithandela ukuhlala eJerusalema.


Mbonge uJehova, mphefumulo wami, ungakhohlwa imisebenzi yonke yomusa wayo.


Abantu bakho bayakuvuma ngosuku lwamandla akho, ebuhleni bobungcwele kwasesizalweni; unamazolo obusha bakho.


Ngokuba uma kuqala kukhona ukuvuma, kwamukeleka ngokwalokho umuntu anakho, kungenjengalokho angenakho.


Ngokuba wemukela isiyalo; kodwa etshiseka kakhulu, waya kini ngokuthanda kwakhe.


Ngakho-ke ngibone kudingekile ukuba ngikhuthaze abazalwane, ukuba bandulele ukuza kini, futhi balungise ngaphambili isipho senu enasiphawula ngaphambili, sona sibe silungisiwe, sibe njengesibusiso, kungabi njengesokuhaha.


Dumisani uJehova ngokuphindisela kuka-Israyeli lapho abantu bezidela ngokuzithandela.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ