AbAhluleli 4:21 - Contemporary Zulu Bible 202421 Khona-ke uJayeli umkaHebhere wathatha isikhonkwane etendeni waphatha isando ngesandla sakhe, waya kuye ngobumnene, wasibethela isikhonkwane ezinhlafunweni zakhe, wasigxisha emhlabathini, ngoba wayelele ubuthongo obukhulu futhi ekhathele. Ngakho wafa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE21 UJayeli umkaHebere wayesethatha isikhonkwane setende, waphatha isando ngesandla, wanyonyobela kuye, wambethela esikhaleni sendlebe ngesikhonkwane, sagqobhoza, saphumela emhlabathini, ngokuba wayelele ubuthongo obukhulu ediniwe; wafa kanjalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202021 Kodwa uJayeli, umkaHebhere, wathatha ngesandla sakhe isikhonkwane sethende nesando, wanyonyoba waya kuye esazunywe ngubuthongo, wasiphisela isikhonkwane enhlafunweni saze saphumela emhlabathini. Wayezunywe ngobukhulu ubuthongo, ekhathele. Wafa kanjalo-ke uSisera. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |