Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 4:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 UJehova wamsanganisa uSisera nazo zonke izinqola zakhe nempi yakhe yonke ngobukhali benkemba phambi kukaBaraki; uSisera wehla enqoleni yakhe, wabaleka ngezinyawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UJehova wamngquzula uSisera nazo zonke izinqola zakhe nempi yakhe yonke ngosiko lwenkemba phambi kukaBaraki; uSisera wehlika enqoleni yakhe, wabaleka ngezinyawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 USimakade wamehlula ngenkemba uSisera nazo zonke izinqola zakhe zempi namabutho akhe phambi kukaBharaki, uSisera wehla enqoleni yakhe, wabaleka ngezinyawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 4:15
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba uJehova wenza ukuba impi yama-Aramu izwe umsindo wezinqola nomsindo wamahhashi, yebo, umsindo wempi enkulu; bathi omunye komunye: “Bhekani, inkosi yakwa-Israyeli isiqashile amakhosi. AmaHeti namakhosi aseGibithe ukuba asehlele.


Kepha uJehova uNkulunkulu wakho uyakuzinikela kuwe, azibhubhise ngokuceka okukhulu, zize zibhujiswe.


Ngisezakuthini futhi? ngoba isikhathi singaphela ngilandisa ngoGidiyoni, loBharaki, loSamsoni, loJefitha; ekaDavide, noSamuweli, neyabaprofethi;


UJehova wabavusa phambi kuka-Israyeli, wababulala eGibeyoni ngokuceka okukhulu, wabaxosha endleleni ekhuphukela eBeti Horoni, wababulala kwaze kwaba se-Azeka naseMakheda.


USamuweli esaletha umnikelo wokushiswa, amaFilisti asondela ukulwa no-Israyeli; banqotshwa phambi kukaIsrayeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ