Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 20:44 - Contemporary Zulu Bible 2024

44 Kwawa kwaBenjamini amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili; bonke babengamadoda anesibindi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Kwawa abantu bakwaBenjamini abayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili; bonke labo babe ngamaqhawe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

44 Kwafa abayizi-18 000 bakwaBhenjamini, bonke kwakungamaqhawe anesibindi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 20:44
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ababalwayo kubo besizwe sakwaBenjamini, baba ngamashumi amathathu anamahlanu amawaka, anamakhulu mane.


UJehova wahlula uBenjamini phambi kuka-Israyeli; abantwana bakwa-Israyeli babulala kwaBenjamini ngalolo suku izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu nekhulu; bonke bahosha izinkemba zabo.


Bahaqa abakwaBenjamini nxazonke, babaxosha, babanyathela ngokukhululeka ngaseGibeya ekuphumeni kwelanga.


Baphenduka babalekela ehlane edwaleni lakwaRimoni; baxosha baze bafika eGidomi, babulala kubo abayizinkulungwane ezimbili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ