Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 2:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Abantu bamkhonza uJehova zonke izinsuku zikaJoshuwa nezinsuku zonke zamalunga ayesephila emva kukaJoshuwa ababona zonke izenzo ezinkulu zikaJehova azenzele u-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Abantu bamkhonza uJehova izinsuku zonke zikaJoshuwa nezinsuku zonke zamalunga asalayo emva kukaJoshuwa, ayebonile wonke umsebenzi omkhulu ayewenzele u-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Abantu bamkhonza uSimakade zonke izinsuku zikaJoshuwa, nangazo zonke izinsuku zezingwevu ezaphila kade kunoJoshuwa, ezaziwubonile wonke umsebenzi omkhulu uSimakade ayewenzele u-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 2:7
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJowashi wenza okulungile emehlweni kaJehova zonke izinsuku zakhe uJehoyada umpristi amfundisa ngazo.


UJowashi wenza okulungile emehlweni kaJehova zonke izinsuku zikaJehoyada umpristi.


Ngakho-ke, bathandekayo, njengalokho nilalela ngezikhathi zonke, kungesikho nxa ngikhona kuphela, kepha ikakhulu manje ngingekho, sebenzelani ukusindiswa kwenu ngokwesaba nangokuthuthumela.


U-Israyeli wamkhonza uJehova zonke izinsuku zikaJoshuwa nazo zonke izinsuku zamalunga asala kuJoshuwa futhi azi wonke usizi.


Nokho kabalalelanga abahluleli bawo, kodwa baphinga ngokulandela abanye onkulunkulu, babakhothamela. Kodwa kabakwenzanga lokho.


Lapho uJoshuwa emukisa abantu, abantwana bakwa-Israyeli baya, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe ukuba badle ifa lezwe.


UJoshuwa indodana kaNuni, inceku kaJehova, wafa eneminyaka eyikhulu neshumi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ