Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 18:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Wathi: “Nithathile onkulunkulu bami engabenzayo, nompristi, namuka; futhi yini enye enginayo? futhi uthini kimi: Uyini inkinga yakho?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Wathi: “Nithathile onkulunkulu bami engabenzayo, nompristi, namuka; ngisenani na? Nisholoni kimi ukuthi: ‘Yini na?’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 Wathi: “Nithathe onkulunkulu bami engazenzela bona, nomphristi, nahamba, ngisele nani-ke mina? Pho ningibuzelani ukuthi: ‘Kwenzenjani, na?’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 18:24
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Manje, noma wawufuna ukuhamba, ngokuba wawulangazelela indlu kayihlo, webeleni onkulunkulu bami na?


URaheli wathatha izithombe, wazifaka empahleni wekamela, wahlala phezu kwazo. ULabani waphenya itende lonke, akalitholanga.


Ngakho intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Amaziya, wathumela umprofethi kuye owathi kuye: “Ufuneleni onkulunkulu babantu ababengakwazi ukusindisa abantu babo esandleni sakho na?


Abazenzayo bafana nazo; banjalo bonke abathembela kuzo.


Ukoma kuphezu kwamanzi alo; bayakubuna, ngokuba yizwe lezithombe ezibaziweyo, bathanda izithombe zabo.


Wonke umuntu uyazidla ngokwazi kwakhe; bonke abakhandi bajabhiswa ngesithombe esibaziweyo, ngokuba izithombe zabo ezibunjiweyo zingamanga, nomoya awukho kuzo.


U-Ohola waphinga esengowami; wafisa izithandwa zakhe kuma-Asiriya, abakhelwane bakhe;


Futhi niyabona, niyezwa, ukuthi kungesikho e-Efesu kuphela, kodwa cishe kulo lonke elase-Asiya, uPawuli lo udukise abantu abaningi, waphambukisa, wathi abasibo onkulunkulu abenziwe ngezandla;


amakhosi omhlaba aphinge nayo, nabakhileyo emhlabeni badakwa ngewayini lobufebe bayo.


Wayesethi uMika: “Manje ngiyazi ukuthi uJehova uyakungenzela okuhle, ngokuba nginomLevi ongumpristi wami.”


Umuntu uMika wayenendlu yawonkulunkulu, wenza indwangu yamahlombe nezithixo zendlu, wangcwelisa enye yamadodana ayo ukuba abe ngumpristi wayo.


Babiza abantwana bakwaDani. Base bephendula ubuso babo, bathi kuMika: “Kuyini kuwe ukuthi uze nesixuku esingaka na?


Abantwana bakwaDani base bethi kuye: “Izwi lakho malingezwakali phakathi kwethu, funa amadoda athukuthele akugijimele, ulahlekelwe umphefumulo wakho kanye nomphefumulo wendlu yakho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ