Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 16:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Base behla abafowabo nendlu yonke kayise, bamthatha, bamenyusa, bammbela phakathi kweSoreya ne-Eshitawoli ethuneni likayise uManowa. Wabusa u-Israyeli iminyaka engamashumi amabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Base behla abafowabo nayo yonke indlu kayise, bamthatha, bamenyusa, bammbela phakathi kweSora ne-Eshitawoli ethuneni likaManowa uyise. Wamahlulela u-Israyeli iminyaka engamashumi amabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Kwase kwehla abafowabo, nabo bonke abendlu kayise, bamthatha, bakhuphuka naye, bamngcwaba phakathi kweZora ne-Eshithawoli, ethuneni likaManowa, uyise. Wayehlulele u-Israyeli iminyaka engama-20.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 16:31
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nasesigodini i-Eshitawoli, neSoreki, ne-Asna,


Umkhawulo wefa labo wawuyiZora, ne-Eshitawoli, ne-Irsememi;


Kwakukhona umuntu othile waseSore, wesizwe sakwaDani, ogama lakhe lalinguManowa; umkakhe wayeyinyumba, engazali.


UMoya kaJehova waqala ukumnyakazisa ekamu lakwaDani phakathi kweSoreya ne-Eshitawoli.


Wahola u-Israyeli emihleni yamaFilisti iminyaka engamashumi amabili.


USamsoni wasesithi: Ake ngife lamaFilisti. Wakhothama ngamandla akhe onke; indlu yawela phezu kwezikhulu naphezu kwabo bonke abantu ababe kuyo. Ngakho abafileyo ababulala ekufeni kwakhe babe baningi kunalabo ababulala esaphila.


Kwakukhona umuntu wasezintabeni zakwa-Efrayimi ogama lakhe linguMika;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ