Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 16:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Wamyeka walala emadolweni akhe; wabiza umuntu, waphuca izihluthu eziyisikhombisa zezinwele zekhanda lakhe; waqala ukumcindezela, amandla akhe asuka kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Wamlalisa ubuthongo emathangeni akhe, wabiza umuntu, waphucula amagoda ayisikhombisa ekhanda lakhe; waqala ukumhlupha, amandla akhe amuka kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Wamlalisa emathangeni akhe, wayesebiza indoda, wamphuca amagoda ayisikhombisa ayesekhanda lakhe. Waqala ukumhlupha, amandla akhe asuka kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 16:19
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngase ngifumana okubaba kunokufa, owesifazane onhliziyo yakhe iyizingibe namanetha, nezandla zakhe ziyizibopho; othokozisa uNkulunkulu uyakuphunyuka kuyo; kodwa isoni siyakubanjwa yiyo.


UDelila esebonile ukuthi wayemtshelile yonke inhliziyo yakhe, wathumela wabiza izikhulu zamaFilisti, wathi: “Khuphukani ngalesi sikhathi, ngokuba ungibonisile yonke inhliziyo yakhe.” Khona-ke izikhulu zamaFilisti zenyukela kuye zaletha imali ezandleni zazo.


Wathi: “AmaFilisti aphezu kwakho, Samsoni; Wavuka ebuthongweni bakhe, wathi: “Ngiyakuphuma njengakuqala ngithuthumele.” Futhi wayengazi ukuthi uJehova wayemukile kuye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ