AbAhluleli 14:9 - Contemporary Zulu Bible 20249 Wathatha esandleni sakhe wadla, wafika kuyise nonina, wabapha, badla; kodwa kabatshelanga ukuthi wayethethe uluju engomeni yesilwane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Wazitapa ngezandla zakhe, wahamba, wahamba edla, wafika kuyise nonina, wabapha, badla nabo; kepha akabatshelanga ukuthi wayetape izinyosi esidumbini sengonyama. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 Wazitapa ngezandla zakhe, waqhubeka ehamba edla. Lapho efika kuyise nonina, wabanika nabo badla, kodwa akabatshelanga ukuthi uju wayelutape esidunjini sengonyama. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |