Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 13:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Angadli lutho oluphuma emvinini, angaphuzi wayini nophuzo oludakayo, adle noma yini engcolileyo; konke engimyale ngakho, makakugcine.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kangadli lutho oluvela ezithelweni zomvini, kangaphuzi wayini naluphuzo olunamandla, kangadli lutho olungcolileyo; konke engamyaleza ngakho kakugcine.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Akayukudla lutho oluvela esithelweni somvini, akayukuphuza wayini noma uphuzo olunamandla, futhi akayukukudla okungcolileyo. Makakugcine konke engimyale ngakho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 13:14
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha bathi: “Asiyikuphuza iwayini, ngokuba uJonadaba indodana kaRekabi ubaba wethu wasiyala, wathi: “Aniyikuphuza iwayini kuze kube phakade, nina namadodana enu.”


Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Nxa indoda kumbe owesifazana ezahlukanisa ukwenza isithembiso somNaziri, ukuzahlukanisela eNkosini;


Zonke izinsuku zokuzehlukanisela kwakhe makangadli lutho olwenziwe emvinini, kusukela embewu kuze kube sezikhumbani.


nibafundise ukugcina konke enginiyale ngakho; bhekani, mina nginani izinsuku zonke, kuze kube sekupheleni kwezwe. Amen.


Ningabangane bami, uma nenza lokhu enginiyala ngakho.


Unina wathi ezincekwini: Konke alisho kini, kwenzeni.


Konke engikuyala ngakho, nikwenze ngokucophelela;


Kepha siyethemba eNkosini ngani, ukuthi lokhu esiniyala ngakho niyakwenza, niyakukwenza.


Ngakho-ke qaphela, ungaphuzi iwayini noma uphuzo oludakayo, futhi ungadli noma yini engcolile.


Kodwa wathi kimi: Khangela, uzakhulelwa, uzale indodana; manje ungaphuzi wayini nasiphuzo esinamandla, ungadli lutho olungcolileyo; ngoba umfana uzakuba ngumNazaretha kaNkulunkulu kusukela esizalweni kuze kube lusuku lokufa kwakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ