Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 12:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 UJefta wathi kubo: “Mina nabantu bami sasinokuxabana okukhulu nabantwana bakwa-Amoni; futhi lapho nginibiza, aningophulanga esandleni sabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UJefta wathi kubo: “Mina nabantu bami sasilwa kakhulu nabantwana bakwa-Amoni; nganibiza, aningisindisanga esandleni sabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 UJeftha wathi kubo: “Mina nabantu bakithi sasilwa nabakwa-Amoni ababesicindezele kakhulu, kodwa lapho nginibiza anizange ningikhulule esandleni sabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 12:2
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantu bakwa-Efrayimi babuthana, bakhuphukela ngasenyakatho, bathi kuJefta: “Uweleleni ukulwa nabantwana bakwa-Amoni, ungasibizanga ukuba sihambe nawe, na? siyakushisa indlu yakho phezu kwakho ngomlilo.


Lapho ngibona ukuthi aningikhululanga, ngabeka ukuphila kwami esandleni sami, ngadlulela kubantwana bakwa-Amoni, uJehova wabanikela esandleni sami; ngalokho nikhuphukele kimi namuhla ukulwa nami. Mina?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ