Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 1:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 UZebuloni akabaxoshanga abahlali baseKitroni nabakhe eNahaloli; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabo, aba yizinceku zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 UZebuloni akaxoshanga abakhe eKitroni, nabakhe eNahaloli; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabo, asetshenziswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 UZebuloni akazixoshanga izakhamuzi zaseKhithroni, nezaseNahaloli, kodwa amaKhanani ahlala phakathi kwabo bawaphoqa ukuba abasebenzele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 1:30
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wabona ukuthi ukuphumula kuhle, nezwe limnandi; wagoba ihlombe lakhe ukuba athwale, waba yisigqila sokutheliswa.


NeKatati, neNahalali, neShimroni, ne-Idala, neBetlehema: imizi eyishumi nambili nemizana yayo.


U-Efrayimi akawaxoshanga amaKhanani ayakhe eGezeri; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabo eGezeri.


U-Asheri naye akabaxoshanga abakhileyo e-Akgo nabakhe eSidoni, ne-Agilabi, ne-Agisibi, neHeliba, ne-Aphiki, neRehobe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ