Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 9:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 UMefibosheti wayenendodana encane igama layo linguMika. Bonke ababehlala endlini kaZiba babeyizinceku zikaMefibosheti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UMefibosheti wayenendodana encane egama layo linguMika. Bonke ababehlala endlini kaSiba babe yizinceku zikaMefibosheti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 UMefibhoshethi wayenendodana encane, igama layo kunguMikha. Bonke ababehlala endlini kaZiba babeyizinceku zikaMefibhoshethi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 9:12
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USiba wasesithi enkosini: Njengalokhu inkosi yami, inkosi, yalaya inceku yayo, inceku yakho izakwenza njalo. Ngokuqondene noMefibosheti, kusho inkosi, uzodla etafuleni lami njengenye yamadodana enkosi.


UMefibosheti wayehlala eJerusalema, ngokuba wayedla njalo etafuleni lenkosi; wayelunyonga ezinyaweni zakhe zombili.


USerayimi wazala abantwana ezweni lakwaMowabi ngemva kokuba emukise; oHusimi noBhahara babe ngabafazi bakhe.


UMathaniya, indodana kaMika, indodana kaSabidi, indodana ka-Asafa, wayeyinhloko ukuqala ukubonga emkhulekweni; noBakibukiya owesibili kubafowabo, no-Abisa, indodana kaSamuwa, indodana kaGalali, indodana kaJeduthuni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ