2 Samuweli 8:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 UDavide wamshaya noHadadezeri indodana kaRehobe, inkosi yaseSoba, ekuyeni kwakhe ukubuyisela umkhawulo wakhe ngasemfuleni u-Ewufrathe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 UDavide wamshaya uHadadezeri indodana kaRehobe, inkosi yaseSoba, ekuhambeni kwakhe ukubuyisa umbuso wakhe ngasemfuleni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 UDavide wamnqoba uHadadezeri, indodana kaRehobhe, inkosi yaseZobha, ngesikhathi ephumele ukuyobuyisa umbuso wakhe ngasemfuleni iYufrathe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kumholi wokuhlabelela eShushaneduti, uMikitamu kaDavide, ukuba afundise, lapho ebambana ne-Aramuna-Haraimi ne-Aramusoba, ekubuyeni kukaJowabe, wabulala kwa-Edomi esiGodini Sikasawoti abayizinkulungwane eziyishumi nambili. O Nkulunkulu, usilahlile! Wasihlakaza, Wathukuthela; O Ziphendulele kithi futhi.