Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 8:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngasemuva uDavida wawatshaya amaFilisti, wawanqoba; uDavide wathatha iMetegama esandleni samaFilisti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi emva kwalokho uDavide wawashaya amaFilisti, wawahlula, wathatha itomu lomzimkhulu esandleni samaFilisti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Kwathi emveni kwalokho, uDavide wawashaya amaFilisti, wawanqoba, wadla ingxenye yenhlokomuzi yawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 8:1
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bonke abantu baba nokuxabana ezizweni zonke zakwa-Israyeli, bathi: “Inkosi yasophula esandleni sezitha zethu, yasophula esandleni samaFilisti; manje wabaleka u-Abisalomu ezweni.


OJowabe no-Abishayi nabo bamxosha u-Abineri, lashona ilanga befika entabeni yase-Ama engaphambi kweGiya endleleni eya ehlane laseGibeyoni.


Futhi wangisindisa ekuxabaneni kwabantu bami, wangilondoloza njengenhloko yezizwe; abantu engingabazi bayongikhonza.


Kwathi amaFilisti esezwile ukuthi bamgcobile uDavida abe yinkosi phezu kukaIsrayeli, wonke amaFilisti enyuka ukumdinga uDavida; uDavide wezwa, wehlela entabeni enqabeni.


UDavide wenza njengalokho uJehova emyalile; wanqoba amaFilisti kusukela eGeba kwaze kwaba seGezeri.


Nganginawe nomaphi lapho uya khona, ngachitha zonke izitha zakho phambi kwakho, ngakwenzela igama elikhulu njengegama labakhulu emhlabeni.


Wangikhulula ekuxabaneni kwabantu; ungenze inhloko yezizwe; abantu engingabazi bayongikhonza.


Wena wenza umhlaba wazamazama; Uyiphulile; phulukisa ukuphuka kwayo; ngoba liyathuthumela.


UMowabi uyisitsha sami sokugezela; phezu kuka-Edomi ngiyakuphonsa isicathulo sami; Filistiya, nqoba ngenxa yami.


abathi ngokholo banqoba imibuso, benza ukulunga, bazuza izithembiso, bavala imilomo yezingonyama;


bacima amandla omlilo, baphunyuka obukhali benkemba, baqiniswa ebuthakathakeni, baba ngamaqhawe ekulweni, baxosha amabutho abezizwe.


Athotywa amaFilisti, akaba esangena emkhawulweni wakwa-Israyeli; isandla sikaJehova saba phezu kwamaFilisti zonke izinsuku zikaSamuweli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ