2 Samuweli 6:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Uza; uNkulunkulu wamshaya khona ngenxa yesiphambeko sakhe; wafela khona ngasemphongolweni kaNkulunkulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Uza, uNkulunkulu wamshaya lapho ngenxa yesiphosiso sakhe; wafela khona ngasemphongolweni kaNkulunkulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20207 Intukuthelo kaSimakade yamvuthela u-Uza, uNkulunkulu wamshaya khona lapho ngenxa yesiphosiso sakhe; wafela ngasemphongolweni kaNkulunkulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.