Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 6:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Bawubeka umphongolo kaNkulunkulu enqoleni entsha, bawukhipha endlini ka-Abinadaba eyayiseGibeya; u-Uza no-Ahiyo, amadodana ka-Abinadaba, bashayela inqola entsha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Bawuhambisa umphongolo kaNkulunkulu ngengqukumbane entsha, bewukhipha endlini ka-Abinadaba eyayisegqumeni; o-Uza no-Ahiyo amadodana ka-Abinadaba bashayela leyo ngqukumbane entsha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Bawukhweza enqoleni entsha umphongolo kaNkulunkulu, bawususa endlini ka-Abhinadaba eyayiseGibheya. U-Uza no-Ahiyo, amadodana ka-Abhinadaba, yibona ababeshayela leyo nqola entsha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 6:3
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngoba ngenxa yokuthi anikwenzanga lokhu ekuqaleni, uJehova uNkulunkulu wethu wafohla phezu kwethu, ngokuba asimfunanga ngokomthetho.


Bheka, sikuzwile e-Efrati, sikufumene endle;


Manje yenzani inqola entsha, nithathe izinkomo ezimbili ezincelisayo ezingaboshelwa ejokeni, nizibophe enqoleni, nibuyisele amathole azo ekhaya.


Abantu baseKiriyati Jeharimi bafika bawuthatha umphongolo kaJehova, bawuyisa endlini ka-Abinadaba entabeni, bangcwelisa u-Eleyazare indodana yakhe ukuba agcine umphongolo kaJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ