Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 4:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Basebefika lapho phakathi kwendlu, kungathi bayolanda ukolweni; bamshaya esikhunjeni sesihlanu, uRegabi noBhana umfowabo babaleka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Bangena khona phakathi kwendlu kungathi bayakulanda ukolweni; bamgwaza esiswini; oRekabi noBahana umfowabo babaleka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Bangena endlini kungathi bazolanda ukolo, base bemgwaza esiswini; uRekhabhi noBhahana, babaleka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 4:6
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa wala ukuphambuka; ngalokho u-Abineri wamgwaza ngengemuva lomkhonto ngaphansi kombambo lwesihlanu, kwaze kwaphuma umkhonto emva kwakhe; wawela khona lapho, wafela khona lapho.


Kepha u-Amasa akayinaka inkemba eyayisesandleni sikaJowabe; wafa. UJowabe nomfowabo u-Abishayi bamxosha uSheba indodana kaBigi.


U-Abineri esebuyele eHebroni, uJowabe wamthathela eceleni esangweni ukuba akhulume naye ngasese, wamgwaza lapho esiswini, wafa ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.


Indodana kaSawule yayinamadoda amabili ayeyizinhloko zamaviyo; igama lenye lalinguBahana, igama lenye lalinguRegabi, amadodana kaRimoni waseBeyeroti wabantwana bakwaBenjamini; ngokuba iBeroti labalwa kanye noBenjamini;


U-Ehudi waphunyuka zisalindile, wadlula izithombe ezibaziweyo, wabalekela eSeyiri.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ