Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 4:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 UDavide wayala izinsizwa zakhe, zababulala, zabanquma izandla nezinyawo, zabaphanyeka ngasechibini laseHebroni. Kodwa balithatha ikhanda lika-Ishi Bosheti, balimbela ethuneni lika-Abineri eHebroni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UDavide wayeseyaleza izinsizwa zakhe, zababulala, zabanquma izandla nezinyawo, zabaphanyeka ngaseceleni kwechibi laseHebroni. Kepha bathatha ikhanda lika-Ishi Bosheti, balimbela ethuneni lika-Abineri eHebroni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 UDavide wayeseyala izinsizwa zakhe, zababulala, zabanquma izandla nezinyawo, zabaphanyeka eceleni kwechibi eHebhroni. Kepha balithatha ikhanda lika-Ishi Bhoshethi, balimbela ethuneni lika-Abhineri eHebhroni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 4:12
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavida wasebiza enye yezinsizwa, wathi: Sondela umhlasele. Futhi wamshaya waze wafa.


UJehova wabuyisela lonke igazi lendlu kaSawule owabusa esikhundleni sakhe phezu kwakho; uJehova wanikela umbuso esandleni sika-Abisalomu indodana yakho;


Kepha u-Abineri indodana kaNeri, induna yempi kaSawule, wathatha u-Ishi Bosheti indodana kaSawule, wamyisa eMahanayimi;


Wabanikela esandleni sabaseGibeyoni, babaphanyeka entabeni phambi kukaJehova; zawa zonke eziyisikhombisa kanyekanye, zabulawa ngezinsuku zokuvuna, ngezinsuku zokuqala, ekuqaleni kwebhali isivuno.


Bammbela u-Abineri eHebroni; inkosi yasiphakamisa izwi layo, yakhala ethuneni lika-Abineri; bakhala bonke abantu.


Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.


Ngokuba ngokwahlulela enahlulela ngakho nani niyakwahlulelwa ngakho; nesilinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ