Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 4:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi indodana kaSawule isizwile ukuthi u-Abineri ufile eHebroni, izandla zakhe zaba buthakathaka, nabakwa-Israyeli bonke bakhathazeka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Lapho isizwile indodana kaSawule ukuthi u-Abineri ufile eHebroni, izandla zayo zaba buthakathaka, nabo bonke abakwa-Israyeli bakhathazeka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Indodana kaSawule isizwile ukuthi u-Abhineri ufile eHebhroni, yadangala kakhulu, no-Israyeli wonkana wakhathazeka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 4:1
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyakumfikela ediniwe, ebuthakathaka isandla, ngimethuse; bonke abantu abanaye bayakubaleka; futhi ngizoyinqoba inkosi kuphela.


Kepha u-Abineri indodana kaNeri, induna yempi kaSawule, wathatha u-Ishi Bosheti indodana kaSawule, wamyisa eMahanayimi;


U-Abineri esebuyele eHebroni, uJowabe wamthathela eceleni esangweni ukuba akhulume naye ngasese, wamgwaza lapho esiswini, wafa ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.


Abantu bezwe babenza buthakathaka izandla zabantwana bakwaJuda, babaphazamisa ngesakhiwo;


Ngoba basethuse sonke, bathi: Izandla zabo zizadangala emsebenzini, ukuze ungenziwa. Qinisa izandla zami manje, O Nkulunkulu.


Ngakho zonke izandla zizakuba buthuntu, lenhliziyo yomuntu wonke izancibilika.


Qinisani izandla ezibuthakathaka, niqinise amadolo abuthakathaka.


Inkosi yaseBabele yezwa umbiko ngabo, izandla zayo zaxega;


Sizwile umbiko ngakho: izandla zethu zibuthakathaka; sibanjwe usizi nobuhlungu njengobelethayo.


Ngalolo suku kuyothiwa kulo iJerusalema: “Ungesabi, nakulo iSiyoni: Mazingadangali izandla zakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ