Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 3:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kwathi kukhona ukulwa phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide, u-Abineri waziqinisa endlini kaSawule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kwathi kusekhona ukulwa phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide, u-Abineri wamela indlu kaSawule ngamandla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Ngesikhathi kusekhona ukulwa phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide, u-Abhineri wayekhulisa amandla akhe endlini kaSawule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 3:6
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwakukhona ukulwa isikhathi eside phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide, kepha uDavide waqhubeka eba namandla ngokuba namandla, nendlu kaSawule yaya ngokuya iba buthaka.


eyesithupha yayinguJitreyamu ku-Egila umkaDavide. Bazalelwa uDavide eHebroni.


UJehu wayesengena noJonadaba indodana kaRekabi endlini kaBali, wathi ezincekwini zikaBali: “Buzani nibone ukuthi akukho yini lapha phakathi kwezinceku zeNkosi, izinceku zikaBali kuphela.


Kepha uma nifuna ukuhamba, qinani empini; uNkulunkulu uyakuniyeka niwele phambi kwesitha, ngokuba uNkulunkulu unamandla okusiza nokuwisa.


Akukho kuhlakanipha, nokuqonda, nasiluleko esingamelana noJehova.


Ongenami umelene nami; ongabuthi kanye nami uyahlakaza.


Igama lomkaSawule lalingu-Ahinohama indodakazi ka-Ahimahazi; igama lenduna yempi lalingu-Abineri indodana kaNeri uyisekazi kaSawule.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ